Imindeni ayihlukane kokubanga imali 'yeqolo' - Sassa

Mbombela – ISouth African Social Security Agency (Sassa) eMpumalanga isinxuse amalungu omphakathi ukuba ayeke ukubanga imali yesibonelelo sezingane (imali yeqolo) ngoba kugcina kuyizingane ezihlukumezekayo.

Lokhu kungemuva kokuba iSassa ithole izimangalo eziningi ngemindeni elwayo ibanga imali yeqolo.

Funda nalolu daba: Kushone abasebenzi kuqubuka umlilo emayini

“Sinxusa abantu ukuba bayeke ukubanga imali yeqolo. Bonke abantu abanakekela izingane kumele baveze ubufakazi bokuthi yibona abanakekela izingane,” kusho imenja yakwaSassa esifundazweni, uMoffat Mogane, kuleli sonto.

UMogane uthe imvamisa kubayizingane ezibanenkinga uma kuxabana umndeni, nangesikhathi kuzazanywa ukuthola ukuthi ngubani okumele aholele ingane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 957 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1801 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9933 votes
Vote
ZAR/USD
15.11
(+0.01)
ZAR/GBP
20.23
(-0.02)
ZAR/EUR
18.02
(-0.06)
ZAR/AUD
11.13
(+0.02)
ZAR/JPY
0.14
(-0.08)
Gold
1811.00
(+0.16)
Silver
23.42
(+0.32)
Platinum
968.00
(+0.97)
Brent Crude
48.73
(+1.57)
Palladium
2371.00
(+2.07)
All Share
57742.19
(-0.03)
Top 40
52940.79
(-0.20)
Financial 15
11641.10
(-0.29)
Industrial 25
79835.50
(-0.36)
Resource 10
52605.42
(+0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo