Inamuhla inkonzo yesikhumbuzo sabadlula engozini yesitimela eKroonstad

Kroonstad - Izisulu zengozi yesitimela neloli eyenzeka eKroonstad zizobanjelwa inkonzo yesikhumbuzo namuhla (ngoLwesihlanu).

Le nhlekelele yengozi yenzeka ngomhlaka-4 Januwari esigamekweni okusolwa kuso ukuthi iloli yayizama ukuwela ujantshi nngokungemthetho yabe isitholana phezulu nesitimela.

OLUNYE UDABA:Kuzohlonzwa izidumbu zabashona kweyesitimela neloli

Kuze kube namuhla zingu-21 izisulu ezatholwa endaweni yengozi kanti zingu-19 esezihlonziwe.

Inkonzo yesikhumbuzo izobanjelwa esikoleni samabanga aphansi iDieketseng ngezithuba zabo-14:00 ngoLwesihlanu (namuhla).

Lezi zisulu zizofihlwa ngeSonto.

 - Twitter:

 - eNCA

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6004 votes
It's four more years for Trump
54% - 7089 votes
Vote
ZAR/USD
16.30
(+0.85)
ZAR/GBP
21.35
(-0.17)
ZAR/EUR
19.32
(+0.73)
ZAR/AUD
11.58
(+0.17)
ZAR/JPY
0.16
(+0.07)
Gold
1921.90
(+0.62)
Silver
25.04
(+1.24)
Platinum
890.00
(+2.18)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2403.50
(+0.59)
All Share
55268.46
(-0.01)
Top 40
50826.07
(-0.05)
Financial 15
10057.51
(+1.02)
Industrial 25
74841.11
(-0.96)
Resource 10
54184.82
(+0.74)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo