Indizela phezulu iMofaya

Cape Town - UDJ Sbu umemezele ukuthi isiphuzo sakhe iMofaya izokwethulwa nase-UK ngo-Agasti.

Lo DJ udalule lezi zindaba ezinkundleni zokuxhumana echaza ukuthi isiphuzo sakhe sizokwethulwa endaweni yaseDolce Vita Bar eBirmingham, eLondon ngoLwesihlanu ngomhlaka-5 Agasti.

OLUNYE UDABA:UDJ uyokhangisa ngeMofaya eZimbabwe

"Iphupho seliyafezeka. Sidalelwe ukundizela phezulu njengoKhozi," kubhala lo DJ ku-Instagram.

Khonamanjalo loDJ umemezele nokuthi uzoqala uhlelo lwakhe lwasekuseni emsakazweni kusukela ngomhlaka-4 Julayi. Lolu hlelo luzosakazwa kuRise FM eMpumalanga nakuVuma 103 FM KwaZulu-Natal.

ISITHOMBE: 

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6323 votes
It's four more years for Trump
54% - 7438 votes
Vote
ZAR/USD
16.27
(+0.30)
ZAR/GBP
21.41
(+0.15)
ZAR/EUR
19.32
(+0.20)
ZAR/AUD
11.59
(+0.13)
ZAR/JPY
0.16
(+0.11)
Gold
1920.10
(-0.06)
Silver
24.96
(+0.09)
Platinum
890.00
(+0.79)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2410.00
(+1.07)
All Share
54809.98
(-0.97)
Top 40
50387.99
(-1.02)
Financial 15
10125.10
(-0.13)
Industrial 25
74013.68
(-0.76)
Resource 10
53601.66
(-1.55)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo