Indoda ishiswe ngamafutha abilayo eisthweni sangasese

Harare - Indoda eneminyaka engu-26 ubudala ibhunyelwe ngamafutha abilayo ngesikhathi ilele ibheke phezulu kulandela ukuphendulwa kocingo obeluvela kumshana wayo.

Kubikwa ukuthi u-Austin Bhero usesibhedlela iParirenyatwa eHarare.

Ngokusho kwabeB-Metro isithandwa sakhe u-Emilia Ratera, 29, sabaleka endaweni yesigameko.

UBhero uthe umshana wakhe owashaya ucingo kwase kuphendula uRatera kodwa ingxoxo ayibanga yinhle.

OLUNYE UDABA:  Umastende ubhunyele isiqashi ngamafutha abilayo

"Isitho sami sangasese sashiswa ngilele ngibheke phezulu ngemuva kokubukela umabonakude kulandela ingxabano ngokungena kocingo olwaluvela kumshana wami.

"Ngithanda ukubonga omunye womakhelwane bami abangisiza ngesikhathi uRatera ecashe ngemuva kwendlu kulandela ingxabano wase enyamalala ngesikhathi ezwa ukuthi sizomubizela amaphoyisa.

UBhero uthe sebethandane noRatera isikhathi esingangonyaka owodwa, kubika iBulawayo24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7786 votes
It's four more years for Trump
53% - 8941 votes
Vote
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo