‘Ingamampunge eyokuthi uSenzo Meyiwa uyapoka’

Johannesburg – Owesilisa owathenga umuzi wakwaKelly Khumalo, okwashonela kuwo uSenzo Meyiwa, uthi akunasipoki sikaMeyiwa kuwo.

“Silala ubuthongo obumnandi sonke,” esho.

“Ngoba nakhu kunotshani obude egcekeni akusho ukuthi sekunesipoki.”

Abanikazi balo muzi bathi bebengakaboni lutho olubi solokhu beqale ukuhlala kuwona.

Bathi sebekhathele amahlebezi abandakanya lo muzi, futhi abakaze babone sipoki sidlala ibhola endaweni, njengokusho kwabantu.

OLUNYE UDABA: Ubaba kaSenzo Meyiwa uthi bayashoda ngemali

“Abantu bahlezi besibuza ngesipoki sikaSenzo. Asazi lutho thina ngendaba yesipoki okukhulunywa ngaso.”

Imibiko ezinkundleni zokuxhumana ithi isipoki siyezwakala sidlala ibhola ophahleni nasegcekeni.

Udadewabo kaKelly, uZandi uthe akafuni ukukhuluma ngalolu daba wase evala ucingo.

UKelly akatholakalanga ukuba aphawule.

 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 854 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1608 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8741 votes
Vote
ZAR/USD
15.43
(-0.02)
ZAR/GBP
20.53
(-0.07)
ZAR/EUR
18.26
(+0.23)
ZAR/AUD
11.23
(+0.47)
ZAR/JPY
0.15
(+0.64)
Gold
1837.54
(-1.82)
Silver
23.56
(-2.51)
Platinum
926.00
(-1.69)
Brent Crude
45.19
(0.00)
Palladium
2341.01
(+1.33)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo