Ingeniswe esibhedlela eyabaThembu, kusho abe-EFF abayivakashele

Cape Town – Abaholi beqembu lezepolitiki i-Economic Freedom Fighter (EFF) bavakashele inkosi yabaThembu uBuyelekhaya Dlindyebio ejele lase-East London ngoMgqibelo ngemuva kokuba iqembu litshelwe ukuba ungeniswe esibhedlela, kusho abeqembu.

"Asazi unani kanti sitshelwe ukuba imininingwane sizoyithola uma sesifike kuye," kusho okhulumela i-EFF uMbuyiseni Ndlozi etshela abeNews24.

UNdlozi uthe uDalindyebo ungeniswe esibhedlela iSt Dominic's ngoLwesihlanu ebusuku.

OLUNYE UDABA: Izobhadla ejele inkosi yabaThembu

Izithunywa ze-EFF ziholwa ngumholi uJulius Malemna zifike ejele lase-East London ngemuva kwamabili ebusuku ziyovakashela inkosi.

Abe-EEF bazoya esibhedlela esingamakilomitha angu-6 nejele.

Ngemuvca kwemizamo eminingi engaphumelelanga yokugwema ijele uDalindyebo uqale ukudonsa isigwebo sakhe seminyaka engu-12 ngenyanga ephelile.

Ngonyaka wango-2001 uDalindyebo wagwetshwa iminyaka engu-15 ebhadle ejele ngecala lokubulal ngokungenhloso, ukushaya ngenhloso yokulimaz, ukuqala umlilo nokuthumba.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 857 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1610 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8757 votes
Vote
ZAR/USD
15.41
(+0.06)
ZAR/GBP
20.53
(-0.08)
ZAR/EUR
18.25
(+0.28)
ZAR/AUD
11.23
(+0.43)
ZAR/JPY
0.15
(+0.70)
Gold
1836.94
(-1.84)
Silver
23.57
(-2.48)
Platinum
926.76
(-1.62)
Brent Crude
45.19
(0.00)
Palladium
2343.00
(+1.45)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo