Inhlangano yebhola emhlabeni ixoshe unobhala

Johannesburg - IFifa isixoshe unobhala jikelele wayo, uJerome Valcke, ngeqhaza lakhe ekuthengisweni kwamathikithi eNdebe yoMhlaba ngokungemthetho.

Amathikithi kuthiwa adayiswa ngamanani aphezulu ngeNdebe yoMhlaka ka-2010 eNingizimu Afrika, kodwa uValcke, oqale wamiswa kwezebhola ngo-Okthoba 8, uyakuphika konke lokhu.

Funda nalolu daba: 'Kwenzakaleni ngosiyanda Xulu?'

UValck, odabuka eFrance, kusolwa ukuthi uyathinteka emalini engu-$10m eyakhokhelwa owayeyisikhulu seConcacaf uJack Warner egwazelwa ukuze avotele iNingizimu Afrika khona izothola amalungelo okusingatha imidlao ngo-2010.

I-Fifa esitatimendeni ithe "Ikomidi le-Fifa, ngomhlaka 9 Januwari 2016 lithathe isinqumo sokuxosha uJerome Valcke esikhundleni sakhe. Ngakho uJerome Valcke akaseyena unobhala jikelele weFifa.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 901 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1696 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9326 votes
Vote
ZAR/USD
15.31
(+0.32)
ZAR/GBP
20.44
(+0.27)
ZAR/EUR
18.18
(+0.19)
ZAR/AUD
11.23
(-0.12)
ZAR/JPY
0.15
(+0.58)
Gold
1803.69
(-1.76)
Silver
23.10
(-1.71)
Platinum
957.74
(+3.23)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2338.79
(+0.53)
All Share
57761.92
(+1.08)
Top 40
53049.43
(+1.09)
Financial 15
11674.99
(+2.97)
Industrial 25
80126.12
(+0.26)
Resource 10
52568.48
(+1.54)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo