Inkampani kamabonakude isichaze ngokuxoshwa kowama-idols

Johannesburg - I-M NET isichaze ngesinqumo sayo sokuxosha ijaji lama-Idols SA uGareth Cliff.

Kulandela ukuphawula kwakhe ngolukaPenny Sparrow, uCliff waxoshwa ngemuva kokuba ethe abantu abaningi abakuqondi noma abaliqondi ilungelo lokukhuluma ngokukhululeka.

Esitatimendnei, abakwa-M-Net bathe ukuphawula kwakhe kukhombise ukungawukhathaleli noma ukungabinazwelo ngomlando waseNingizimu Afrika.

Funda nalolu daba: OweGospel waxosha abalandeli ekhalangokushisa

“Kubalulekile ukwazi umehluko phakathi kokukukhuluma ngokukhululeka kanye nokukhuluma okunenzondo.”

USomizi Mhlongo yena ubhale ukuthi abelungu baseNingizimu Afrika banethemba lokuthi uma kugudluka uZuma kuzongena uMengameli womlungu. Kodwa ngokuhamba kwesikhathi waxolisa.

Abakwa-M-Net bathe: “Kudingeke sibhekane nokuphawula kukaSomizi okunganambithiseki. Manje sesibeke umgomo wokungabekezeleli lutho okubhalwe ezinkundleni zokuxhumana uma nje kungahambisani nokwakhiwa kwesizwe.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 151 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
23% - 281 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
64% - 776 votes
Vote
ZAR/USD
15.28
(-0.29)
ZAR/GBP
20.39
(-0.40)
ZAR/EUR
18.30
(-0.36)
ZAR/AUD
11.28
(-0.10)
ZAR/JPY
0.15
(-0.21)
Gold
1778.47
(-0.44)
Silver
22.26
(-1.61)
Platinum
961.00
(-0.26)
Brent Crude
47.90
(0.00)
Palladium
2386.54
(-1.10)
All Share
57287.85
(-0.92)
Top 40
52510.84
(-0.96)
Financial 15
11323.24
(-2.20)
Industrial 25
79257.05
(-0.80)
Resource 10
52487.25
(-0.60)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo