Inkinga yamanzi idale ukuba kuphindiselwe iziguli emakhaya

Kabokweni – Kuzomiswa ezinye zezinhlelo eThemba Hospital eKabokweni, eMpumalanga, neziguli ziphindiselwe emakhaya ngenxa yokungabikho kwamanzi, kusho izikhulu zezempilo ngoLwesithathu.

“Ngenxa yenkinga yamanzi, siyaphoqeleka ukuba simise ezinye zezinhlelo, ezifana nokuhlinzwa kwabntu kanye nokuwashwa kwezimpahla ngoba lokho kudinga amanzi amaningi,” kusho okhulumela uMnyango wezeMpilo esifundazweni, uDumisani Malamule.

Ezinye zeziguli zibuyiselwe emakhaya kanti kwamukelwa lezo ezisesimeni esibucayi kuphela.

OLUNYE UDABA: Ichithiwe imibiko ethi uNgqongqoshe wayedakwe engakwazi nokuma

Mancane amanzi aphakelwa izindawo ezakhelene neMbombela.

UMalamule uthe izimoto ezithwala amanzi ziyathunyelwa esibhedlela, kodwa awanele, ngenxa yokuthi adingeka kakhulu.

Esinye sezithathu esidala le nkinga yamanzi ukuvaleka kwamapayipi okudalwe yizimvula ezinamandla.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10287 votes
It's four more years for Trump
53% - 11504 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.52
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1866.00
(-0.69)
Silver
23.20
(-0.88)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2195.50
(-2.58)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo