Inqatshelwe ibheyili indoda eyabanjwa nekhanda lomuntu emotweni

Johannesburg -  Oyedwa wabasolwa ababili ababoshelwa ukubulla nokutholakala nezicubu zesidumbu somuntu unqatshelwe ibheyili eNkantolo yeMantshi yaseMokerong eMahwelereng ngaphandle kwaseMokopane eLimpopo.

U-Edward Raatjie, 50, noStanley Mohlake baboshelwa ukutholakala nezicubu zesidumbu.

OLUNYE UDABA: Kuthungathwa osolwa ngokushumpula umkakhe ikhanda

Okhulumela amaphoyisa uRonel Ottolo uthe laba bobabili bazophinde bavele enkantolo ngomhlaka-21 Okthoba 2016, kubika i-SABC.

U-Otto uthe, "Sithole imbiko yokuhlolwa kwesidumbu kwaqinisekiswa ukuthi ikhanda elatholwa emotweni yabo elesidumbu sowesifazane esatholwa ebhulohweni endaweni yaseMahwelereng. Yebo singakuinisekisa ukuthi ikhanda  ngelesidumbu esatholwa ebhulohweni."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 4071 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2771 votes
No, I don't think they need it
36% - 3912 votes
Vote
ZAR/USD
15.29
(-0.52)
ZAR/GBP
21.24
(-0.12)
ZAR/EUR
18.29
(-0.11)
ZAR/AUD
11.81
(-0.08)
ZAR/JPY
0.14
(-0.10)
Gold
1700.44
(+0.04)
Silver
25.20
(+0.16)
Platinum
1128.01
(+0.31)
Brent Crude
69.67
(+3.93)
Palladium
2329.95
(+0.62)
All Share
68271.19
(+0.78)
Top 40
62788.64
(+0.87)
Financial 15
12759.80
(+0.67)
Industrial 25
87613.31
(-0.32)
Resource 10
70801.78
(+2.36)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo