Iphuthunyiswe esibhedlela imeya elimale izama ukusiza

Pretoria – Kubikwa ukuthi iphuthunyiswe esibhedlela ngoMsombuluko ekuseni iMeya yaseTshwane, uSolly Msimanga, kulandela ukushiswa intuthu ephume enjinini yemoto, kubika iThe Citizen.

Okhulumela iMeya, uSamkelo Mgobozi, utshele leli phephandaba ukuthi uMsimanga ubesendleleni ebheke ehhovisini lakhe eliseCenturion ngesikhathi ema endleleni ukuze asize umuntu obenenkinga yemoto.

OLUNYE UDABA: Imeya iqashe iRange Rover ebiza u-R150 000 ngenyanga

UMgobozi uthi iMeya ibe isiphuma emotweni yayo yabe isicela ukunikezela ngosizo, nalapho okuthiwa ibe isivula ibhonethi lemoto yalo muntu obesesele dengwane.

Uthi ithe imeya ingavula ibhonethi yahlangabezana nentuthu esagesi nokuholele ekutheni ithole ukusha okuncane.

Kuphinde kwabikwa nokuthi iMeya ibhekane nenkinga yokuphefumula nedalwe ukuhogela kwayo le gesi.

Ibe isiphuthunyiswa esibhedlela, i-Unitas Hospital nokuyilapho ithole khona ukwelashwa. 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 151 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
23% - 281 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
64% - 776 votes
Vote
ZAR/USD
15.28
(-0.29)
ZAR/GBP
20.39
(-0.40)
ZAR/EUR
18.30
(-0.36)
ZAR/AUD
11.28
(-0.10)
ZAR/JPY
0.15
(-0.21)
Gold
1879.30
(+5.22)
Silver
22.25
(-1.65)
Platinum
960.00
(-0.31)
Brent Crude
48.03
(0.00)
Palladium
2383.36
(-1.18)
All Share
57287.85
(-0.92)
Top 40
52510.84
(-0.96)
Financial 15
11323.24
(-2.20)
Industrial 25
79257.05
(-0.80)
Resource 10
52487.25
(-0.60)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo