Ishonile ingane ebigijima ngemuva kweloli yamoba

KwaMsane - Ishonile ingane yomfana ebizifela ngomoba ngoMgqibelo ekuseni, kubika iZululand Observer.

Lo mfana oneminyaka engu-7 ubudala nezinyeizingane ubejaha iloli ebithwele umoba eMfekayi Reserve endaweni yaKwaMsane efuna umoba ngesikhathi evele ebambeka ngaphansi kwamsondo enqola.

OLUNYE UDABA: Kushone izingane engozini yomgwaqo eKZN

Amaphoyisa afike endaweni yesigameko afica lo mfana eshonile kodwa umshayeli weloli ubengasabonwa njengoba ibisabela ukuthi umphakathi ungase uyenzakalise.

Ngemuva kwesikhathi umshayeli weloli ube esebikela amaphoyisa aKwaMsane ngesigameko.

Amaphoyisa avule icala lokubulala ngokungenhloso kodwa awazange abophe muntu.

Owamaphoyisa aKwaMsane uColonel Micheal Nkosi unxuse abazali nomphakathi waseMfekayi ukuba bafundise izingane zabo ukuthi zingagijimi ngemuva kwamaloli amoba, kubika iThe Citizen.

"Lo umkhuba oyingozi kanti sekwashona abangi ngenxa yawo," kusho uNkosi.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2507 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 1779 votes
No, I don't think they need it
37% - 2486 votes
Vote
ZAR/USD
15.09
(-0.16)
ZAR/GBP
21.02
(-0.23)
ZAR/EUR
18.22
(-0.19)
ZAR/AUD
11.62
(-0.25)
ZAR/JPY
0.14
(-0.54)
Gold
1734.50
(+0.02)
Silver
26.67
(+0.05)
Platinum
1186.51
(+0.42)
Brent Crude
64.40
(-2.56)
Palladium
2310.00
(+0.58)
All Share
66138.05
(-1.99)
Top 40
60754.30
(-2.11)
Financial 15
12200.05
(-1.09)
Industrial 25
86144.34
(-0.81)
Resource 10
67459.85
(-4.14)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo