Isigebengu esibulawe eThekwini siyindodana yephoyisa

Durban - Indodana yephoyisa laseThekwini ibiyingxenye yezigebengu ezinhlanu ezibandakanyeka ecaleni lokuphanga yadusthilwa yashona esigamekweni sokuphanga eClare Estate.

Amadoda amahlanu agqekeza emzini welungu leSouth African National Defence Force ngoMsombuluko.

Kukholakal ukuthi umndeni wawudla isidlo sakusihlwa ngesikhathi uzwa umsindo emnyango kwase kungena amadoda.

Okhulumela amaphoyisa uMajor Thulani Zwane uthe ilungu le-SANDF lavulela ngenhlamvu libhekise kubasolwa kwashona oyedwa.

OLUNYE UDABA:  Isakhamuzi saseThekwini sibulale isigebengu ebesihlome ngepiki

"Abasolwa badubula nabo kwalimala unkosikazi welungu le-SANDF onyaweni."

Umthombo othembekile uthi leli lungu lavalela umndeni ethoyilethi ladumela isibhamu salo.

Kuvule icala lokuphanga esiteshini samaphoyisa aseSydenham.

Amaphoyisa wona kuthiwe awangalidaluli igama likamufi, ubaba kamufi nesiteshi asebenzela kuso.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Until the matric exams are over, my family is:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Self-isolating to ensure we don't miss any exams
12% - 136 votes
Following Covid-19 safety protocols, but still going out like normal
54% - 589 votes
Business as usual, we're not worried about the virus
34% - 366 votes
Vote
ZAR/USD
16.28
(+0.39)
ZAR/GBP
21.11
(+0.24)
ZAR/EUR
18.98
(+0.69)
ZAR/AUD
11.45
(+0.55)
ZAR/JPY
0.16
(+0.56)
Gold
1879.84
(+0.63)
Silver
23.62
(+1.51)
Platinum
844.00
(-0.47)
Brent Crude
38.07
(-3.48)
Palladium
2205.00
(+0.68)
All Share
51684.70
(-0.41)
Top 40
47472.92
(-0.22)
Financial 15
9459.76
(-3.04)
Industrial 25
73405.64
(+1.00)
Resource 10
47245.91
(-1.21)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo