'Isihlobo sangena endlini umsolwa ephezu kwengane eyidlwengula'

Durban - Amaphoyisa aKwaZulu-Natal amukele isigwebo sowesilisa olahlwe yicala lokudlwengula ingane yaseMpangeni.

Lesi sigwebo kuthiwa sehliswe ngenhlsoo yokuthumela umlayezo onqala nakwezinye izigilamkhuba ezicabanga ukwenza leli cala lokuhlukumeza izingane ezincane.

"Ngithanda ukubonga umphakathi ngokusebenzisana namaphoyisa ukuze kusizwe isisulu, kodwa ngiyawuncenga umphakathi ukuba ugweme ukuzithathela umthetho ngezandla," kusho iBamba likaKhomishana wamaPhoyisa esifundazweni, uMajor-General Bheki Langa.

OLUNYE UDABA:Uboshiwe umshayeli oqambe amanga ngokudunwa imoto

INkantolo yesiFunda eMpangeni igwebe owesilisa, 51, ngecala lokudlwengula ingane eneminyaka engu-6 ubudala ngomhlaka-3 Juni 2017 endaweni yaseMatshana.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Thulani Zwane uthe ingane yadlwengulelwa ikwagogo wayo.

"Wadlwengulelwa ekhaya umntwana, kanti ngesikhathi umsolwa esamdlwengula, kwangeka isihlobo endlini umsolwa esaphezu kwengane egila lo mkhuba," kusho yena.

UZwane uthi umphakathi wamshaya kabi umsolwa ngaphambi kokuthi aboshwe amaphoyisa ophiko loDlame lwaseKhaya, ukuVikeleka kweziNgane kanye namaCala oCansi eMpangeni.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7510 votes
It's four more years for Trump
53% - 8638 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(-0.10)
ZAR/GBP
21.11
(-0.12)
ZAR/EUR
19.19
(-0.12)
ZAR/AUD
11.55
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(-0.14)
Gold
1901.55
(+0.01)
Silver
24.57
(+0.10)
Platinum
902.03
(+0.40)
Brent Crude
41.85
(-1.66)
Palladium
2378.04
(+0.61)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo