Isikhulu se-ANC sibhekene nelokuhlukumeza ngokocansi

Johannesburg - Isikhulu esiphezulu se-African National Congress sibhekene necala lokuhlukumeza ngokocansi.

Imininingwane ngesigameko ayicacile kahle kodwa i-ANC iqinisekise ukuthi kuphenywa isikhulu sayo esiphezulu eWestern Cape.

"Sesizwile ngemibiko yelungu lethu elithweswe icala lokuhlukumeza ngojkocansi nokuthi amaphoyisa aphezu kophenyo," kusho okhulumela i-ANC uZizi Kodwa.

OLUNYE UDABA: Isikhulu somsakazo ezinsolweni zocansi

"Okwamanje silokhu sixhumana naleli lungu njengoba sizama ukuqonda okwenzekeile sifuna nokuzwa kulo ukuthi kwenzekeni kahle."

UKodwa uphinde wathi i-ANC iyawavumela amaphoyisa ukuba aphenye udaba ngoba kufanele umthetho udlale indima yayo uma kuze kumalungelo abantu besifazane.

Icala livulwe kuleli sonto esifundazweni saseNorth West, kubika i-eNCA.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
14% - 418 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 720 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1908 votes
Vote
ZAR/USD
15.20
(-0.25)
ZAR/GBP
20.40
(-0.01)
ZAR/EUR
18.42
(-0.06)
ZAR/AUD
11.29
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(+0.06)
Gold
1835.48
(-0.24)
Silver
24.14
(+0.55)
Platinum
1061.00
(+3.78)
Brent Crude
48.78
(+0.95)
Palladium
2336.01
(+1.71)
All Share
59419.37
(+0.80)
Top 40
54500.04
(+0.61)
Financial 15
11646.83
(+2.17)
Industrial 25
79758.36
(+0.10)
Resource 10
57015.33
(+0.70)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo