Umfundi ukhiyelwe egumbini eligcina impahla esikoleni - UMbiko

Durban - Umfundi oneminyaka engu-16 udubala ubevalelwe egumnjini langasese esikoleni izinsuku ezintathu ngoba abazali bengakhokhile imali yesikole

Kuthiwa abazali bale ngane abazange bakhokhe imali yesikole ngakho-ke, le bekuyindlela yoku

Lo mfundi ofunda esikoleni esizimele i-Epworth School ePietermaritzburg futhi uhlala ngaphakathi esikoleni uze wafonela umzali wakhe emchazela ngesimo sakhe esikoleni.

UMphathi wezikole esizimele, uLebogang Montjane, 43, uthi abazali bayabahlukumeza kakhulu uma bengenawo amandla okukhokha isikole.

Uthi kuningi okwenziwa ngabazali okungalungile njengokubhikisha emasangweni ezikole, bebukisa ukuze bazothola uzwelo.

OLUNYE UDABA:Umfundi 'uxoshelwe' ukubiza uthisha ngomnakwabo

"Ziningi izikole ezizimele ezinemfundo ephambili kodwa zibiza kancane, abazali bangazifaka izingane zabo kulezi zikole uma behluleka ukukhokha.

Uthi ubaba wale ngane washayelwa ucingo ngesikhathi kutholakala ukuthi ingane ayikhokhile, kodwa akazange alubambe ucingo.

"Bekuzothiwani uma ingane ibigula njengoba engazange aphendule ucingo izinsuku zilandelana,"kuqhubeka yena.

Uthi khona manje lo baba usebenzisa le ngane njengesikhali sokulwa impi yakhe, kodwa akalunaki udaba lokuthi akakhokhile.

Ebuzwa ukuthi ngabe le iyona ndlela yokujezisa izingane uma abazali bengakhokhile nokuthi lomkhuba usazoqhubeka na kulesi sikole.

Uthe lokhu ngeke kusenzeka kodwa bazoqinisekisa ukuthi ngeke basazithatha izingane zabantu abangakhokhi kahle esikoleni.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Would you choose to continue working from home after the coronavirus lockdown if given the option?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, it's much better for me
40% - 7924 votes
No ways! I can't wait to get back to the office
12% - 2301 votes
A mixture of both would suit me best
48% - 9603 votes
Vote
USD/ZAR
14.25
(+0.2)
GBP/ZAR
19.60
(+0.4)
EUR/ZAR
17.07
(+0.7)
AUD/ZAR
11.03
(+0.4)
JPY/ZAR
0.13
(+0.5)
Gold
1,766.58
(+0.2)
Silver
25.94
(+0.4)
Platinum
1,200.00
(+0.3)
Brent Crude
66.94
(+0.5)
Palladium
2,738.76
(-0.2)
All Share
68,228
(+0.6)
Top 40
62,444
(+0.6)
Financial 15
12,335
(-0.1)
Industrial 25
88,951
(+0.4)
Resource 10
69,643
(+1.2)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo