Isimanga okhulelwe ebeletha amatshe - umbiko

Malawi - Kushaqeke wonke umuntu esibhedlela owesimame, 23, ofike ekhulelwe ebeletha amatshe amabili.

Ngokwemibiko yeNyasa Times, izisebenzi zasesibhedlela iKamboni Health Centre zamukela lesi siguli ngomhlaka 20 kwephezulu esikwa.

Ngesikhathi ebeletha, kwathuka wonke umuntu ekhipha amatshe amabili agoqwe ngendwangu, kubika iDailysun.

OLUNYE UDABA:Izinguquko ngelaloyo owashayisa owesifazane okhulelwe ecar wash

Okhulumela lesi sibhedlela uthi ngesikhathi uLenia Phiri efika ebebonakala enamasonto angu-12 ekhulelwe.

Yize kunjalo odokotela osebenzela isibhedlela sesifunda iKasungu uDkt Irene Kamwaza, uthi uyayingabaza le mibiko ngoba la matshe abengenalo igazi.

“Konke lokhu kuyathusa ngoba simhlolisisile ngesikhathi efika, lawa matshe abengenalo nelincane igazi,” kusho yena.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5002 votes
It's four more years for Trump
54% - 5924 votes
Vote
ZAR/USD
16.50
(+0.07)
ZAR/GBP
21.40
(-0.06)
ZAR/EUR
19.46
(-0.12)
ZAR/AUD
11.61
(+0.29)
ZAR/JPY
0.16
(+0.18)
Gold
1906.33
(+0.20)
Silver
24.57
(+5.09)
Platinum
857.00
(+0.41)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2350.00
(+0.84)
All Share
55025.96
(-0.24)
Top 40
50616.46
(-0.25)
Financial 15
9902.80
(-0.75)
Industrial 25
75473.03
(+0.95)
Resource 10
53334.23
(-1.47)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo