Isinomholi omusha i-ANC eThekwini

Durban – Ukhansela Zandile Gumede ngeSonto ukhethwe kwesokuba ngusihlalo wesifunda saseThekwini.

Ukhethwe engqungqutheleni ebibhekwe ngabomvu eMoses Mabhida Stadium.

UGumede uthole amavoti angu-283, uMeya James Nxumalo, obesekwa amalungu adube ingqungquthela, uthole ivoti elilodwa.

Funda nalolu daba: Obelambile ukhumule unkosikazi amazinyo ngequpha

Usuku lokuqala kwengqungquthela lubenokubambezeleka, ngemuva kokuba amalungu okukholakala ukuthi abeseka uNxumalo efake isicelo esiphuthumayo enkantolo sokuba kumiswe ingqungquthela.

NgoMgqibelo ekuseni iNkantolo eNkulu yaseThekwini isichithile isicelo.

I-Elexions Agency imemezele ukuthi angu-286 amalungu avumeleke ukuba avote ngokusemthethweni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7781 votes
It's four more years for Trump
53% - 8934 votes
Vote
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo