Isiphepho sidlule noyedwa salimaza abangu-70 e- E Cape

Cape Town - Izangoma zezulu e-Eastern Cape zixwayise ngokuthi isimo sezulu singase siphinde singabi sihle esifundazweni ngoLwesine.

Lokhu kuza ngemuva kokuba kushone indoda, 54,  kwalimala abantu abangu-70 ngoMsombuluko ngesikhathi izulu lingelihle.

OLUNYE UDABA: Isiphepho sidlule nemiphefumulo e-KZN

Okhulumela uMnyango wezeMpilo e-Eastern Cape uSizwe Kupelo uthe, ngaphandle lwenqwaba yabantu abashaywe yizulu, kulimale izingane ezingu-23, zilinyazwa othayela abebendiza emoyeni nezinye izinto eziphephuke ngesikhathi kunesiphepho.

Isibhedlela iBedford esiseMthatha besimatasa kulashwa abantu abalimele, abaphukelwe yimilenze nezingalo, bekusetshenziswana nomtholampilo iMbekweni.

Abantu badluliselwe kwezinye izibhedlela ezisesifundazweni beyoqhutshekwa nokwelashwa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7153 votes
It's four more years for Trump
54% - 8258 votes
Vote
ZAR/USD
16.18
(-0.04)
ZAR/GBP
21.14
(+0.23)
ZAR/EUR
19.17
(-0.12)
ZAR/AUD
11.56
(-0.10)
ZAR/JPY
0.15
(+0.02)
Gold
1910.67
(+0.31)
Silver
24.74
(+0.24)
Platinum
898.37
(+2.17)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2376.00
(+0.84)
All Share
55388.58
(+1.08)
Top 40
50811.01
(+1.06)
Financial 15
10556.48
(+1.74)
Industrial 25
75002.50
(+1.18)
Resource 10
53172.37
(+0.67)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo