Isiphinde yangeniswa esibhedlea eyabaThembu

Johannesburg - UMnyango wezobuLungiswa usuqinisekise ukuthi inkosi yabaThembu uBuyelekhaya Daliondyebo isiphinde yangeniswa esibhedlela esizimele esise-East London.

Ngesonto eledlule inkosi yangeniswa esibhedlela iSt Dominics 'ngemuva kokupheolelwa ngamanzi emzimbenzi kulandela ukuzilambisa.

OLUNYE UDABA: Izobhadla ejele inkosi yabaThembu

Inksoi idonsa iminyaka engu-12 ibhadle ejele ngamacala ahlukene kubalwa elokuqala umlilo, ukubulala ngokungenhloso nelokuphambana nengalo yomthetho, kubika i-SABC.

Imenenja ye-Eastern Cape Regional Communications uZama Fenni uthe: "UDalindyebo waphuma esibhedlela eSt Dominics ngoLwesihlanu ntambama kodwa waphinde wangeniswa ngeSonto ekuseni esibhedlela esizimele e-East London ngenxa yesimo sakhe sempilo esingesihle."



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 209 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 368 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 973 votes
Vote
ZAR/USD
15.44
(-1.45)
ZAR/GBP
20.62
(-1.55)
ZAR/EUR
18.46
(-1.25)
ZAR/AUD
11.36
(-0.79)
ZAR/JPY
0.15
(-1.21)
Gold
1780.17
(-0.35)
Silver
22.63
(-0.05)
Platinum
966.00
(+0.31)
Brent Crude
47.90
(0.00)
Palladium
2373.00
(-1.62)
All Share
57091.89
(-1.26)
Top 40
52375.50
(-1.22)
Financial 15
11158.56
(-3.62)
Industrial 25
78965.65
(-1.16)
Resource 10
52703.42
(-0.19)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo