Isiqalile inkulumo mpikiswano ye-SONA ePhalamende

Johannesburg - IPhalamende seliyiqalile inkulumo mpikiswano emayelana nenkulumo eyethulelwe isizwe i-State of the Nation Address(SONA) ngesonto eledlule.

Le nkulumo yethulwe wumengameli omusha kuleli, uCyril Ramaphosa.

URamaphosa wathembisa ukulusukumela udaba lwenkohlakalo ezweni ngesikhathi ethula i-SONA yakhe yokuqala.

OLUNYE UDABA:Iyaxaka eyenkulumo mpikiswano - Umbono

UMengameli wakucacisa bha ngoLwesihlanu wangomhlaka-16 Febhuwari ethula inkulumo yesizwe ukuthi uhlela ukuqeda inkohlakalo kuzo zonke izikhungu zakuleli, kubalwa nezizimele.

Le nkulumo mpikiswano izoba namuhla (ngoMsombuluko) ngo-10:00 ekuseni, lapho amaqembu aphiksiayo enelungelo lokubeka imibono yawo nokubuza uMengameli ngenkulumo ayethule ngoLwesihlanu olwedlule.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6640 votes
It's four more years for Trump
54% - 7727 votes
Vote
ZAR/USD
16.29
(+0.26)
ZAR/GBP
21.35
(+0.44)
ZAR/EUR
19.27
(+0.48)
ZAR/AUD
11.58
(+0.25)
ZAR/JPY
0.16
(+0.17)
Gold
1906.90
(-0.74)
Silver
24.71
(-0.89)
Platinum
866.50
(-1.90)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2372.00
(-0.52)
All Share
54922.08
(-0.77)
Top 40
50433.31
(-0.93)
Financial 15
10286.66
(+1.46)
Industrial 25
74317.59
(-0.35)
Resource 10
53195.85
(-2.30)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo