IThe Soil ichitha amahlebezi okuhlukana

Johannesburg - Iqembu lomculo we-Afro-pop iThe Soil yeculo Susan lichitha amahlebezi abethi liyahlukana nkulandela imbiko yamaphephandaba.

Leli qembu lithi lizizwa linamandla kakhulu manje kanti futhi lijatshuliswe okuza ezinyangeni ezintathu ezizayo.

IThe Soil ikhuluma ngohambo lwayo i-#ExperienceTheSoil kanti futhi izomema abalandeli bayo abakwaziyo ukucula ukuba nabo banandise nayo esiteji.

OLUNYE UDABA: Uzobuya ngoncwaba umculo othathe ikhefu ngenxa yobizo

"Sifuna intsha eneminyaka ephakathi kwengu-18 kuya kwengu-35 ubudala ukuba basijoyine esiteji esifundazweni ngasinye esizobe sinandisa kuso kulolu hambo," kusho iThe Soil.

Leli qembu liqhube ngokuthi le yindlela yalo yokubuyisela emphakathini " ngokunikeza abaculi abangaziwa ithuba lokuveza umsebenzi wabo ukuze bezovulekelwa yiminyango nabo. Lokhu kungaqhakazisa ikusasa labo".

Leli qembu lenziwa nguLuphindo Ngxanga, uNtsika Ngxanga noTheo Matshoba obambele uBuhle Mda osalandele ubizo lwakhe.

Iqembu liphinde lathi lizimisele ngokwakha nokukhulisa intsha enekhono, kubika iDrum.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4636 votes
It's four more years for Trump
54% - 5498 votes
Vote
ZAR/USD
16.46
(+0.25)
ZAR/GBP
21.39
(-0.21)
ZAR/EUR
19.40
(-0.31)
ZAR/AUD
11.67
(+0.37)
ZAR/JPY
0.16
(+0.32)
Gold
1907.44
(+0.38)
Silver
24.53
(+1.43)
Platinum
858.00
(-0.41)
Brent Crude
43.06
(0.00)
Palladium
2324.99
(+0.65)
All Share
55161.03
(+0.21)
Top 40
50741.94
(+0.09)
Financial 15
9977.80
(+3.10)
Industrial 25
74762.95
(-0.61)
Resource 10
54129.95
(-0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo