Itholakale isishonile ingane,10, obekubikwe ukuthi idukile

Cape Town – Isidumbu sikaCharnelle McCrawl, 10, sitholakale eceleni komfula iVygieskraal e-Athlone Industria ngoLwesihlanu.

Umama wengane uCharmaine uthi uCharnelle uye esikoleni ngoLwesine ekuseni kodwa wangabuya ekhaya, ube esehamba eyoyibheka indodakazi yakhe.

Izingane ezifunda noCharnelle zithe akazange afike esikoleni ngoLwesine.

Amaphoyisa athi kubikwe izolo ukuthi ingane idukile. Okhulumela amaphoyisa, uNoloyiso Rwexana, uthi baphenya ngecala lokubulala.

“Isidumbu sengane yentombazane eneminyaka eyishumi ubudala sitholakale ekuseni namhlanje ePrimrose Park, eManenberg."

OLUNYE UDABA: Uyazisola obophise uyise 'ngamanga'

Ingane kubikwa ukuthi itholwe ngugogo wayo kanti lesi sigameko sesicasule izakhamuzi zaseManenberg.

Ugogo ube esebikela omakhelwane okuyibona abafonele iziphathimandla.

Kusaphenywa kabanzi ngembangela yokufa kwengane.

Ukushona kwale ngane kusho ukuthi sezingu-69 izingane esezibulewe eWestern Cape selokhu kuqale unyaka.

- Daily Voice

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Is social media doing more harm than good?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, our children are exposed and we can't protect them
49% - 4437 votes
Yes, but social media is part of the new reality
46% - 4104 votes
No, it's great for growing a child's world view
5% - 457 votes
Vote
USD/ZAR
14.06
+0.1%
GBP/ZAR
19.72
+0.3%
EUR/ZAR
17.13
+0.2%
AUD/ZAR
11.05
+0.2%
JPY/ZAR
0.13
+0.1%
Gold
1,831.32
0.0%
Silver
27.45
0.0%
Palladium
2,929.64
0.0%
Platinum
1,256.50
0.0%
Brent Crude
68.28
+0.3%
Top 40
62,573
+1.4%
All Share
68,520
+1.4%
Resource 10
71,474
+2.1%
Industrial 25
86,856
+0.9%
Financial 15
12,711
+1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo