Itwetwe kubasebenzi bakwa-ANN7 ngesimemezelo

Johannebsurg - Ukwesaba kokulahlekelwa kwemisebenzi kuye kwafika kwabanye abasebenzi bakwa-ANN7 ngemuva kokuba inkampani iMultiChoice imemezele isinqumo sokungabe isayivuselela inkontileka nalesi siteshi.

Isikhulu esiphezulu sakwaMultiChoice uCalvo Mawela umemezele ngoLwesithathu ukuthi angeke ivuselelwe  uma isiphelelwa yisikhathi ngo-Agasti 2018.

Lesi sinqumo asibathusanga abasebenzi abaningi abesebeqinsekiswe wumnikazi wesiteshi omusha uMzwanele Manyi emasontweni amabili edlule ngekusasa labo.

OLUNYE UDABA:IMultichoice ngeke iyivuselele inkontileka ye-ANN7

Omunye wabasebenzi ocele ukuba lingadalulwa igama lakhe uthe: "UManyi watshela ukuthi konke kuhamba kahle futhi asikho isidingo sokuthi sikhathazeke ngekusasa lesiteshi."

Izolo abanye abasebenzi babukele kumabonakude kumenyezelwa lezi zindaba baze benza amahlaya ngokuphelelwa imisebenzi yabo.

 - SowetanLive

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 10297 votes
It's four more years for Trump
53% - 11517 votes
Vote
ZAR/USD
16.39
(-0.33)
ZAR/GBP
21.19
(+0.32)
ZAR/EUR
19.14
(+0.48)
ZAR/AUD
11.52
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1866.00
(-0.69)
Silver
23.20
(-0.88)
Platinum
848.00
(-2.47)
Brent Crude
39.48
(-4.73)
Palladium
2195.50
(-2.58)
All Share
51896.97
(-0.79)
Top 40
47576.46
(-0.74)
Financial 15
9756.70
(-2.69)
Industrial 25
72681.12
(-0.25)
Resource 10
47826.96
(-0.63)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo