Ivelile indoda esolwa ngokuhlasela iphoyisa lomgwaqo eGoli

Johannesburg - Indoda esolwa ngokuhlasela iphoyisa lakwamasipala ilindeleke ukuba iphinde ivele enkantolo ngomhlaka-8 Septhemba.

Isigameko sokuhlasela senzeke ngaphandle kwesikole eNigel, eGoli kanti soqoshwe kwikhamera ngomunye wabantu abebebukele kanti selokhu, le video isisabalele ezinkundleni zokuxhumana.

OLUNYE UDABA: Buka: 'Umzali' eshaya iphoyisa ngasesikoleni

Le ndoda eneminyaka engu-34 ubudala evele okokuqala eNkantolo yeMantshi yaseDunnottar ngoLwesibili, ibonakala iphushela phansi iphioyisa iphinde ilihudula phansi.

Amalungu omphakathi abebukele isigameko abonakala ekujabulela okuqhubekayo.

Iziphathimandla zithe iphoyisa libone indoda ebipake endaweni okungapakwa kuyo eceleni komgwaqo ngasesikoleni laya kuyo le ndoda yavele yavuka umbhejezana.

Ngokombiko weNewswatch iphoyisa liyalulama kulandela isigameko. 


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
36% - 1966 votes
I'll wait to see how others respond
27% - 1494 votes
No, I don't think they need it
37% - 2016 votes
Vote
ZAR/USD
14.68
(-1.41)
ZAR/GBP
20.78
(-1.38)
ZAR/EUR
17.96
(-1.82)
ZAR/AUD
11.73
(-1.50)
ZAR/JPY
0.14
(-1.15)
Gold
1793.71
(-0.52)
Silver
28.00
(+0.32)
Platinum
1255.88
(-0.52)
Brent Crude
66.41
(+2.64)
Palladium
2426.50
(-0.57)
All Share
67155.76
(+1.44)
Top 40
61736.88
(+1.63)
Financial 15
12297.74
(-0.46)
Industrial 25
86284.79
(-0.31)
Resource 10
70057.38
(+4.98)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo