Iyaqhubeka eLuthuli House imashi yeHands Off Zuma

Johannesburg - Iqembu iBlack First Land First (BLF) yilo elihola imashi iHands Off Zuma namuhla njengoba kulindeleke ukuthi kube khona nabeseka uCyril Ramaphosa kule mashi.

Leli qembu lifuna kuvunyelwe uMengameli Zuma aqede ihlandla lakhe ekulesi sikhundla.

Kodwa abalandeli bakaKhongolose baxwayise ababhikishi ukuba bakugweme ukuya eLuthuli House.

Kumanje amaphoyisa ahlome ayizingovolo aqaphe isimo.

NgoLwesihlanu olwedlule, mhlaka-2 Febhuwari, izinhlangano ezahlukene okubalwa ne-BLF, zaveza ukuthi zizobe zihola imashi ngaphansi kwesiqubulo esithi Hands Off Zuma, bekhala ngokuthi uZuma bahlongoza ukumxosha ngoba wasuke wakhuluma nge-Radical Economic Transformation nokushaqwa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo.

Le nhlangano ithi inhloso yokumasha wukweseka uZuma, hhayi i-ANC.

- Twitter:

 - eNCA

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Until the matric exams are over, my family is:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Self-isolating to ensure we don't miss any exams
13% - 173 votes
Following Covid-19 safety protocols, but still going out like normal
54% - 733 votes
Business as usual, we're not worried about the virus
33% - 447 votes
Vote
ZAR/USD
16.23
(+0.67)
ZAR/GBP
21.02
(+0.59)
ZAR/EUR
18.90
(+1.01)
ZAR/AUD
11.40
(+0.88)
ZAR/JPY
0.16
(+0.82)
Gold
1877.90
(+0.05)
Silver
23.62
(+0.11)
Platinum
844.50
(+0.39)
Brent Crude
37.86
(-0.84)
Palladium
2204.58
(+0.60)
All Share
51684.70
(-0.41)
Top 40
47472.92
(-0.22)
Financial 15
9459.76
(-3.04)
Industrial 25
73439.58
(+1.04)
Resource 10
47245.91
(-1.21)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo