Iyavela indoda esolwa ngokudlwengula nokukhulelisa umzukulu

Johannesburg - Ukuqulwa kwecala lendoda esolwa ngokudlwengula nokukhulelisa umzukulu wayo libambezelekile eGoli ngoMsombuluko ngenxa yezinkinga yemishini yekhamera i-CCTV.

Inkantolo kulindeleke ukuba ilalele ubufakazi bentombazane ezobethula ngale kwamakhamera e-CCTV.

Le ndoda, 65, kusolwa ukuthi yadlwengula yakhulelisa le ntombazane eyayineminyaka engu-12 ubudala ngesikhathi sesigameko esenzeka ngo-2014.

OLUNYE UDABA:OwaKwaMaphumulo umithise indodakazi walala nomzukulu

Iziphathimandla zeNkantolo yeMantshi yaseProtea zithi imishini izehlulile, okwenza ukuba kuphuze ukuqala ukuqulwa kwecala.

Igama lalo mkhulu angeke lidalulwe ngenhloso yokuvikela ingane yentombazane, ezohlanganisa iminyaka emibili ngomhlaka-16 Julayi.

Umama wentombazane, osenkantolo, uthe bobabili, indodakazi nomzukulu wakhe bakhona ngoba kulindeleke ukuba icala liqulwe.

Lo mkhulu, ngaphambilini enkantolo wanqatshelwa ibheyili kanti selokhu aboshwa ugcinwe esitokisini.



 - SowetanLIVE

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Until the matric exams are over, my family is:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Self-isolating to ensure we don't miss any exams
13% - 141 votes
Following Covid-19 safety protocols, but still going out like normal
54% - 610 votes
Business as usual, we're not worried about the virus
33% - 377 votes
Vote
ZAR/USD
16.22
(+0.68)
ZAR/GBP
21.02
(+0.61)
ZAR/EUR
18.90
(+1.04)
ZAR/AUD
11.40
(+0.89)
ZAR/JPY
0.16
(+0.87)
Gold
1877.12
(+0.49)
Silver
23.60
(+1.43)
Platinum
846.00
(-0.29)
Brent Crude
38.07
(-3.48)
Palladium
2216.00
(+0.70)
All Share
51684.70
(-0.41)
Top 40
47472.92
(-0.22)
Financial 15
9459.76
(-3.04)
Industrial 25
73405.64
(+1.00)
Resource 10
47245.91
(-1.21)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo