Iyindida eyowesilisa oshise intombi nezingane besendlini

Mpumalanga - Amaphoyisa aseMhluzi, ngaseMiddelburg aphenya ilaca lokushisa kanye namacala amathathu okubulala.

Lokhu kulandela isigameko esenzeke ngoMgqibelo ebusuku ngo-21h30 lapho kushiswe khona umuzi ose-Extension 6, Mhluzi.

Ngokwemibiko etholwe amaphoyisa, kushe owesimame, 39 namadodakazi akhe amabili, 17 neneminyaka engu-10.

Umngani wakhe wesilisa okukulakala ukuthi uyisosha yena uphuthunyiswe esibhedlela eMidmed esesimweni esibucayi.

Kuthiwa kubonakale owesilisa oyisoka lalo wesimame ezongena kulo muzi ehamba ngetekisi lasemsebenzini emasosheni, ngemuva kwemizuzwana kwavutha ilangabi.

OLUNYE UDABA:Isosha lidubule labulala iphoyisa ngemuva kokudubula libulale intombi - eThekwini

Ngesikhathi kusha, omakhelwane baphuthume kulo muzi bezama ukucisha, babona lo wesilisa ezama ukuthola izimoto ezizombeka emsebenzini e-Army Base, 4SAI eMiddelburg.

Uphenyo lokuqala lukhombisa ukuthi lomlisa ubebhuke izigubhu ezimbili ezinamalitha angu-25 kaphethiloli ngaphambi kokusuka eNorth West.

Kuthiwa lo mlisa ubesebenza ekuseni yingakho abehamba ngetekisi lomsebenzi nalo ebelishe kancane. Phakathi kulo kutholakale isigubhu esisodwa sikaphethiloli.

Kuthiwa lo mlisa ofike emsebenzini eshile wathi ushe esisa intombi yakhe eshaywe wumbani.

Lezi zingane zishonele endaweni yesigameko, umama wazo yena ushone ngesonto ekuseni kanto lo wesilisa usesibhedlela lapho egadwe khona ngamaphoyisa.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Is social media doing more harm than good?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, our children are exposed and we can't protect them
49% - 6210 votes
Yes, but social media is part of the new reality
45% - 5687 votes
No, it's great for growing a child's world view
5% - 662 votes
Vote
Rand - Dollar
14.12
+0.1%
Rand - Pound
19.84
+0.1%
Rand - Euro
17.06
+0.0%
Rand - Aus dollar
10.92
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Gold
1,827.17
+0.7%
Silver
27.12
+0.5%
Palladium
2,863.85
+0.1%
Platinum
1,210.00
-0.3%
Brent Crude
69.32
+1.1%
Top 40
60,211
-2.1%
All Share
66,169
-1.9%
Resource 10
69,474
-3.1%
Industrial 25
82,513
-1.5%
Financial 15
12,499
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo