Cape Town – Izigulu zikhonjwe ngezibhami yizigebengi ezingene emtholampilo zizenza isiguli eHanover Park Community Health Centre ngoMsomguluko ebusuku.
UMnyango wezeMpilo manje ucela usizo emphakathini ukuqinisekisa ukuphela ezikhungweni zawo.
Iziguli emtholampilo zibanjwe inkunzi zaphucwa izinto zazo zikhonjwe ngezibhamu ngabantu ebebezenza iziguli nabo.
Funda nalolu daba: Inhlangani yamaphoyisa igxeke ukushaywa kwephoyisa
UMnyango uthi onogada abane ebebesebenza esangweni baziseshile lezi zigebengu ngesikhathi zingena zithi zizofuna usizo kodwa bangazola zikhali.
Ngemuva kwalokho kubonakala omunye wabo esengena ephethe isibhamu lapho iziguli bezilinde khona ukuthola usizo.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.