Izishisile indoda ebidinwe unkosikazi

Bungoma - Izokhele ngomlilo indoda yaseKenya ngemuva kokuba unkosikazi wayo ehlulekile ukuyiphekela inhlanzi.

U-Ibrahim Makokha ungeniswe esibhedlela iBungoma County Referral ngoLwesithathu kanti uzobhekana necala lokuzama ukubulala uma eseluleme.

Ngokusho kweThe Star, ngesikhathi unkosikazi kaMakokha enqaba ukupheka inhlanzi ngenxa yokukhathala, uMakokha uvele wacasuka walwisana nonkosikazi wakhe, wabaleka.

OLUNYE UDABA:Ikhehla elisolwa ngokudlwengula lithi ayisavuki 'induku'

Ngokumbiko wabeMediamax uMakokha wazikhiyela ngaphakathi endlini wawushisa naye engaphaakthi.

UMakokha wayeseshe ezinqeni nasekhanda ngesikhathi omakhelwane bemkhipha embhedeni wakhe owawusha.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
7% - 990 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1880 votes
Have no interest in spending more money this year?
79% - 10592 votes
Vote
ZAR/USD
15.15
(+0.22)
ZAR/GBP
20.29
(+0.11)
ZAR/EUR
18.09
(+0.12)
ZAR/AUD
11.19
(-0.03)
ZAR/JPY
0.15
(-0.06)
Gold
1810.33
(+0.07)
Silver
23.24
(+0.26)
Platinum
953.00
(-0.55)
Brent Crude
47.75
(-1.52)
Palladium
2381.00
(+1.10)
All Share
57923.69
(+0.31)
Top 40
53084.13
(+0.27)
Financial 15
11645.28
(+0.04)
Industrial 25
79993.34
(+0.20)
Resource 10
52790.93
(+0.35)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo