IZITHOMBE: Amaqembu ezombusazwe emkhankasweni wokubhalisela ukuvota

Durban - Abaholi bamaqembu aphikisayo kanjalo nabalandeli bathe chithi saka kulona lonke leli njengoba kuyimpelasonto yokuqala yomkhankaso wokubhalisela ukuvota okhethweni lwangonyaka ozayo.

UMengameli Cyril Ramaphosa utheleke eHitekani Primary School, eSoweto, lapho ebeyobheka khona ukuthi ngabe konke kuhamba kahle na mayelana nemininingwane yakhe yokuvota, kwachwaza.

"Isikhulu sakwa-IEC singisize kakhulu ngaphakathi ekutheni siqinisekise imininingwane yami nokuthi ngabe ngineminyaka engaphezu kuka-18 yobudala," kusho uRamaphosa esephuma ngaphakathi esikhundweni sokuvota.

IZITHOMBE NAMA-VIDEO:

ISekela likaMengameli uDavid Mabuza ubeseBaberton lapho ebhalisele khona ukuvota. Umama wesizwe uWinnie Madikizela-Mandela yena utheleke e-Orlando High School ephelezelwa wuRamaphosa. Umholi we-DA uMmusi Maimane unxuse abantu ukuba bayobhalisela ukuvota. Umholi we-EFF uJulius Malema ucele abantu ukuba baphume ngobuningi babo bayovota namhlanje nakusasa.
We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
How has the delay in schools' opening impacted your life?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
It's a disaster! We're struggling to manage work and kids at home
40% - 892 votes
It's a struggle, but we learnt lessons from last year's closures
19% - 430 votes
It's a relief, this second wave is bad and kids need to be at home
41% - 906 votes
Vote
ZAR/USD
15.09
(-0.44)
ZAR/GBP
20.68
(-0.24)
ZAR/EUR
18.43
(-0.14)
ZAR/AUD
11.64
(-0.55)
ZAR/JPY
0.15
(-0.25)
Gold
1855.32
(+0.03)
Silver
25.47
(+0.06)
Platinum
1100.00
(+0.44)
Brent Crude
54.81
(-1.30)
Palladium
2352.23
(+0.52)
All Share
63987.92
(-0.29)
Top 40
58886.26
(-0.14)
Financial 15
11685.83
(-2.13)
Industrial 25
86576.24
(+1.21)
Resource 10
62699.98
(-1.34)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo