IZITHOMBE: Sekusetshenziswa izimbongolo ukushushumbisa izimoto

Johannesburg – Kubukeka engathi sekunendlela entsha yokushushumbisela izimoto kwamanye amazwe, njengoba manje izigebengu sezisebenzisa izimbongolo ukuwelisa izimoto ngomfula waseLimpopo ziyiswe eZimbabwe.

Amaphoyisa aseLimpopo anqande imizamo yezigebengu yokuwelisa imoto yohlobo lweMercedes-Benz ngoLwesibili.

Izigebengu zikwazile ukubaleka ziwele umngcele, zangena eZimbabwe.

OLUNYE UDABA: Ukushaqeka umsakazo udlala ucansi bukhoma

Imoto yona ibibhajwe esihlabathini somfula.

Okhulumela amaphoyisa uMotlaefela Mojapelo uthi lo mkhuba baqale ukuwubona ngoDisemba nyakenye kanti manje ubukeka usukhula.

Kuthiwa kwaqale kwatholakala imoto yohlobo lweToyata Hilux iweliswa ngomfula waseLimpopo ngonyaka odlule.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 877 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1655 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9043 votes
Vote
ZAR/USD
15.35
(+0.06)
ZAR/GBP
20.51
(-0.06)
ZAR/EUR
18.23
(-0.13)
ZAR/AUD
11.29
(-0.66)
ZAR/JPY
0.15
(-0.09)
Gold
1823.90
(-0.62)
Silver
23.42
(-0.43)
Platinum
937.00
(+1.13)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2322.00
(-0.29)
All Share
57720.92
(+1.00)
Top 40
53019.03
(+1.03)
Financial 15
11505.88
(+1.48)
Industrial 25
80625.86
(+0.89)
Resource 10
52324.12
(+1.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo