Kubanjwe umfana, 9, eba izinto zesikole esitolo e-KZN

Durban – Umfana, 9, ubanjwe ezama ukuphuma isinyenyela nobhasikidi ogcwele izinsiza zesikole esitolo esiseVerulam, enyakatho neTheku, kusho umbiko.

Kuthiwa ngesikhathi lo mfana egila lo mkhuba, umfowabo, 14, ebegadile.

Lezi zelamani bezingazi ukuthi kanti kukhona ilungu leReaction Unit SA (Rusa) elizibonayo.

"Ngesikhathi sebebuzwa onogada, umfana omncane uvumile ukuthi umfowabo nguye omphoqe ukuba antshontshe,” kusho okhulumela iRusa uPrem Balramd.

OLUNYE UDABA: Uchithe ubusuku evalelwe esitokisini umlingisi ngelokweba

Kuthe uma beseshwa la bafana kwatholakala ukuthi kukhona ezinye izinsiza abazebe kwesinye isikole, kusho uBalram.

Lezi zelamani zivumile ukuthi zizebile lezi zinsiza zathi bezenzela ukuthi zikwazi ukubuyela esikoleni uma sekuvulwa izikole.

Kuthiwa umfowabo kalezi zelamani omdala, 18, usanda kuphuma ejele njengoba eseboshwe izikhawu ezingu-40 ngamacala okweba nokugqekeza.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
14% - 402 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 697 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1846 votes
Vote
ZAR/USD
15.17
(-0.03)
ZAR/GBP
20.45
(-0.25)
ZAR/EUR
18.42
(-0.06)
ZAR/AUD
11.29
(-0.08)
ZAR/JPY
0.15
(+0.20)
Gold
1835.24
(-0.25)
Silver
24.11
(+0.41)
Platinum
1059.01
(+3.71)
Brent Crude
48.78
(+0.95)
Palladium
2341.99
(+1.95)
All Share
59419.37
(+0.80)
Top 40
54500.04
(+0.61)
Financial 15
11646.83
(+2.17)
Industrial 25
79758.36
(+0.10)
Resource 10
57015.33
(+0.70)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo