Kuboshwe ababesebenza epulazini ngecala lokweba

Lephalale – Kuboshwe abantu abane ababesebenza epulazini ngezinsolo zokugqekeza nokwebela lowo owayengumqashi wabo eTom Burke ngaseLephalale, kusho amaphoyisa ngoLwesine.

Abasolwa, abaneminyaka ephakathi kwengu-20 nengu-50 ubudala, baboshwe wuphiko oluyisipesheli lwamaphoyisa.

Kuthiwa laba bagqekeza umnyango wendlu epulazini, bavula i-safe, babaleka nemali engamadola aseMelika kanye nezibhamu ezine emasontweni amabili edlule.

OLUNYE UDABA: Sivithike saphela isithuthuthu engozini eyenzeke eFourways

Eqhuba uphenyo, amaphoyisa athole iveni yohlobo lwe-Isuzu, ama-flat-screen TV amane kanye nezibhamu ezebiwe epulazini.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Motlafela Mojapelo uthe amaphoyisa athole ubufakazi oluholele ekuboshweni kwalabo ababesebenza eModimolle.

Abasolwa bazovela eNkantolo kaMantshi eTom Burke maduzane.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8500 votes
It's four more years for Trump
53% - 9655 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(+0.14)
ZAR/GBP
21.09
(+0.36)
ZAR/EUR
19.12
(+0.47)
ZAR/AUD
11.53
(+0.26)
ZAR/JPY
0.15
(+0.28)
Gold
1901.10
(+0.16)
Silver
24.25
(-0.69)
Platinum
872.00
(-2.61)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2346.00
(-0.90)
All Share
54890.88
(-0.81)
Top 40
50286.90
(-0.80)
Financial 15
10644.91
(-1.35)
Industrial 25
74457.36
(-0.60)
Resource 10
52092.66
(-0.89)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo