Kuboshwe abangu-6 kubhikishwa eKapa nase-Overberg

Cape Town - Kuvalwe imigwaqo eKapa nase-Overberg ngemuva kokuba ababhikishi beyivale ngamathayi avuthayo bephinda bejikijela izimoto ezidlulayo namuhla ekuseni, kusho amaphoyisa.

EPelican Park kuboshwe abantu abangu-6 ngokudala udlame emphakathini, kusho okhulumela amaphoyisa eWestern Cape uLieutenant Colonel Andrè Traut.

Lokhu kuza ngemuva kokuba kuboshwe ababhikishi abangu-200 "ngokuzama ukuphazamisa ukuhamba kwezimoto nokuthula".

OLUNYE UDABA:Umbhikisho uphazamise ukufunda eLimpopo

Izakhamuzi zendawo zibike ukuvaleleka ezindlini ngenxa yokuvalwa kwemigwaqo nokusetshenziswa kosisi olukhalisa unyembezi ukuhlakaza iqulu labantu.

Isikole iPelican Park Primary isvaliwe namuhla ekuseni, kodwa yize kunjalo, kufike abafundi abangu-10 esikoleni, kusho uJessica Shelver, okhulumela uNgqongqoshe wezeMfundo eWestern Cape, uDebbie Schäfer.

Uqhube ngokuthi abazali bazilandile izingane zabo kulandela lezi zidubedube.

UShelver uphinde wathi umbhikisho uphazamise nokufunda esikoleni iPark High.

Kukholakala ukuthi umbhikisho umayelana nodaba lwezindlu.



We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
As a child or as an adult, have you ever been a victim of bullying?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, at school
55% - 2921 votes
Yes, at work
17% - 902 votes
No, I've never experienced this
27% - 1443 votes
Vote
USD/ZAR
14.32
(+0.2)
GBP/ZAR
19.95
(+0.3)
EUR/ZAR
17.23
(+0.6)
AUD/ZAR
11.05
(+0.2)
JPY/ZAR
0.13
(+0.7)
Gold
1,777.96
(+0.4)
Silver
25.82
(-0.0)
Platinum
1,189.50
(-1.7)
Brent Crude
67.05
(+0.4)
Palladium
2,763.50
(-1.9)
All Share
66,836
(-1.9)
Top 40
61,117
(-1.9)
Financial 15
12,162
(-2.1)
Industrial 25
86,452
(-2.1)
Resource 10
68,586
(-1.7)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo