Kuboshwe abantu abangu-13 embhikishweni e-E Cape

Johannesburg - Kusbohwe abantu abangu-13 ngokudala udlame emphakathini ngemuva kokuba iqeqebane lezakhamuzi zasezigodini zaKwabhaca, e-Eastern Cape ezivale umgwaqo uN2 ngamatshe nangezingodo.

Amaphoyisa asebenzise izinhlamvu zenjoloba ukuhlakaza ababhikishi. Izakhamuzi zezigodi ezine; esase-Essek, iSibangweni, iNgxabaxha nesaaeMajuba zithi sekuphele iminyaka eminingi uhulumeni engenendaba nazo.

Lezi zakhamuzi zakulezi zigodi zifuna izidingo okubalwa kuzo amanzi, ugesi nemigwaqo ekahle.

OLUNYE UDABA:Kuphinde kwama ukusebenza komunye umbhikisho eVuwani

Umholi womphakathi uSiseko Mxabo uthe: "Asinakiwe. Yingakho sesiqoke ukuba size ku-N2, kodwa sithe sifika la amaphoyisa awazange afune ukulalela izikhalo zethu, avele asidubula aphinde abopha abanye bethu. Siyazibona ezinye izigodi zinakiwe kodwa thina asibhekwa nokubhekwa."

Khonamanjalo, uNokhanyo Zembe wamasipala waseMzimvubu, uthe inkinga eziphakanyiswe yizakhamuzi ziyalungiswa.

Uthe ikhansela lewadi nomphakathi bamatasa basungula ikomidi elizobhekana nezidingo zomphakathi

 - SABC

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4971 votes
It's four more years for Trump
54% - 5872 votes
Vote
ZAR/USD
16.50
(+0.04)
ZAR/GBP
21.40
(-0.05)
ZAR/EUR
19.45
(-0.06)
ZAR/AUD
11.62
(+0.26)
ZAR/JPY
0.16
(+0.13)
Gold
1902.37
(-0.01)
Silver
24.41
(+4.41)
Platinum
854.17
(+0.10)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2338.96
(+0.80)
All Share
55012.73
(-0.27)
Top 40
50575.73
(-0.33)
Financial 15
9946.26
(-0.32)
Industrial 25
75420.37
(+0.88)
Resource 10
53242.84
(-1.64)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo