Kuboshwe abasolwa ababili ngokuduna imoto kagwayi

Mokopane – Kuboshwe abalisa ababili ngezinsolo zokuduna iveni nokweba ugwayi ongabiza u-R100 000 endaweni yaseParakisi, eLimpopo, ngoLwesihlanu.

ULieutenant Colonel Moatshe Ngoepe uthi abasolwa abathathu basolwa ngokuduna iveni ngaphambi kokuba babaleke nayo baye kwenye indawo lapho abafike khona bakhipha ugwayi obuphakathi bawufaka kwenye imoto babaleka ngayo.

Amaphoyisa abajahile abasolwa kwaboshwa ababili. Imoto ebidiniwe kanye naleyo ababaleke ngayo zitholakale.

Funda nalolu daba: Ugqeme umkakhe uthole ithawula lakhe linesidoda senye indoda

Amaphoyisa aphinde ashaqa nogwayi kanye nesibhamu esingekho emthethweni, kusho uNgoepe.

Abasolwa, abaneminyaka engu-36 nengu-20 ubudala, bazovela eNkantolo yeMantshi yaseMokerong ngoMsombuluko ngamacala okuduna imoto nokutholakala nesibhamu esingekho emthethweni.

Umsowla wesithathu yena ubalekile kanti usagcwele amathafa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6572 votes
It's four more years for Trump
54% - 7653 votes
Vote
ZAR/USD
16.33
(+0.04)
ZAR/GBP
21.39
(+0.27)
ZAR/EUR
19.30
(+0.30)
ZAR/AUD
11.59
(+0.09)
ZAR/JPY
0.16
(+0.03)
Gold
1914.87
(-0.34)
Silver
24.84
(-0.44)
Platinum
883.00
(-0.06)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2390.50
(+0.25)
All Share
55006.48
(-0.61)
Top 40
50534.91
(-0.73)
Financial 15
10293.53
(+1.53)
Industrial 25
74155.46
(-0.57)
Resource 10
53566.21
(-1.62)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo