Kuboshwe indoda esolwa ngokushisa eTable Mountain

Cape Town - Kuboshwe indoda ngemuva kwezinsolo zokuqala umlilo eTable Mountain ngoLwesibili ekuseni, lokhu kungokusho kwesikhulu somkhandlu.

"Baningi abantu asebeyihlonzile le ndoda. Ibihayiza futhi bekucacas ukuthi isendaweni okuqale kuyo imililo emine ngakho abantu basola yona ngalemi lilo," kusho uJP Smith oyiLungu lekomidi lezokuphepha eKapa.

Le ndoda itholwe nophethiloli nezinye izinto zokuqala umlilo, usho njalo.

OLUNYE UDABA:IZITHOMBE: Sekujutshwe namasosha ukuba azocima umlilo

Okhulumela amaphoyisa aseWestern Cape uLieutenant-Colonel Andre Traut, uqinisekise ukuboshwa kwale ndoda eneminyaka ebalelwa kweko-40 ubudala ngecala lokushisa.

UTrauthe bayaphenya.

Lemi lilo ibhulwe kanzima kusetsyenziswa amaloli amabili ezicishamlilo, ithangi lamanzi nezindiza ezimbili ezinophephela emhlane.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 4070 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2770 votes
No, I don't think they need it
36% - 3909 votes
Vote
ZAR/USD
15.29
(-0.52)
ZAR/GBP
21.24
(-0.12)
ZAR/EUR
18.29
(-0.11)
ZAR/AUD
11.81
(-0.08)
ZAR/JPY
0.14
(-0.10)
Gold
1700.44
(+0.04)
Silver
25.20
(+0.16)
Platinum
1128.01
(+0.31)
Brent Crude
69.67
(+3.93)
Palladium
2329.95
(+0.62)
All Share
68271.19
(+0.78)
Top 40
62788.64
(+0.87)
Financial 15
12759.80
(+0.67)
Industrial 25
87613.31
(-0.32)
Resource 10
70801.78
(+2.36)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo