Kuboshwe obesebenza engadini ngokufa komqashi

Johannesburg - Ithimba lamaphoyisa aseKZN ngoLwesine libophe indoda eneminyaka engu-67 ubudala esebenza engadini ngecala lokubulawa lukaNadarajan Nayager,65, kusho amaphoyisa esifundazwe esitatimendeni.

UNadarajana watholakala  eshonile emzini wakhe oku-Orient Drive, eSiphingo ngomhlaka 13 Januwari 2016.

Ngokusho kukaMajor Thulani Zwane  esitatimendeni, izandla zikamufi zaziboshiwe futhi enamanxeba emzimbeni.

“Ngemuva kophenyo olunzulu olwenziwe ngamaphoyisa, kutholakale ukuthi umufi ubenengxabano nesisebenzi sasengadini, esibesesimbopha samshaya waze washona ngaphambi kokuba sibaleke neselula kamufi,” usho kanje.

Funda nalolu daba: Kushone oyedwa itekisi ishayisa abantu

“Amaphoyisa athungathe umsolwa endaweni yaseMalakazi, ngaseSiphingo, wabeseboshwa ngecala lokubulala.”

Amaphoyisa athi umsolaa utholalakale neselula kamufi.

Uthweswe icala kanti uzovela enkantolo kaMantshi yaseThekwini ngoMsombuluko.

Ukhomishana wamaphoyisa aKwaZulu-Natal uLieutenant General Mmamonnye Ngobeni uwushayele ihlombe umsebenzi wamaphoyisa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 864 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1635 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8887 votes
Vote
ZAR/USD
15.35
(-0.02)
ZAR/GBP
20.49
(+0.04)
ZAR/EUR
18.20
(+0.08)
ZAR/AUD
11.25
(-0.25)
ZAR/JPY
0.15
(+0.05)
Gold
1829.74
(-0.34)
Silver
23.43
(-0.30)
Platinum
935.00
(+0.92)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2328.01
(-0.04)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo