Kuboshwe osolwa ngokubulala intombi

Johannesburg - Ikhalelwe ngamasongo kaSigonyela indoda eneminyaka engu-40 ubudala esolwa ngokubulala intombi, kusho amaphoyisa esitatimendeni ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Jackson Manatha uthe kubulawe owesifazane oneminyaka engu-39 ubudala ekuseni ngoMsombuluko, ngomhlaka-26 Disemba emjondolo yaseYako eButterworth.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe owesilisa ngokubulala intombi kulandela ingxabano

UManatha uthe amaphoyisa akholwa wukuthi umsolwa ushaye lo wesifazane ngenduku waze washona.

Igama lalo wesifazane alikazukudalulwa kuze kube wukuthi kubikelwa umndeni wakhe.

UManatha uthe umsolwa uzovela eNkantolo yeMantshi yaseButterworht ngoLwesithathu, ngomhlaka-28 Disemba.

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6758 votes
It's four more years for Trump
54% - 7872 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(+0.83)
ZAR/GBP
21.19
(+1.17)
ZAR/EUR
19.15
(+1.09)
ZAR/AUD
11.53
(+0.66)
ZAR/JPY
0.15
(+0.97)
Gold
1903.96
(-0.90)
Silver
24.64
(-1.17)
Platinum
886.00
(+0.28)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2371.00
(-0.07)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo