Kuboshwe owaseBritain ngesehlakalo saseBangladesh

Dhaka – Kuboshwe ongowokudabuka eBhrithani kanye nomfundi waseCanada ngezinsolo zokubandakanyeka esehlakalweni sangenyanga edlule sokuhlasela esenzeke enhlokodolobha yaseBangladesh, kusho amaphoyisa ngoLwesine.

UHasnat Karim, oyisakhamuzi zaseBhrithani noTahmid Khan, ofunda e-University of Toronto, baboshwe ngoLwesithathu ebusuku, kusho okhulumela amaphoyisa u-AKM Shahidur Rahman kwi-AFP.

Funda nalolu daba: Kushone oyedwa kwalimala abanye owesilisa ehlasela ngommese

"Singakuqinisekisa ukuthi baboshwe ngaphansi kwesigama 54 somthetho we-CrPC [criminal procedure]," kusho uRahman, okungumthetho ovumela amaphoyisa ukuba abophe noma ngabe ubani amsola ngecala elithile.

UKarim noKhan babeseHoley Artisan cafe ngesikhathi kuhlasela oshayasibhamu ngoJulayi 1 kwabulawa abantu abangu-20 kanye namaphoyisa amabili.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
38% - 3492 votes
I'll wait to see how others respond
26% - 2383 votes
No, I don't think they need it
37% - 3385 votes
Vote
ZAR/USD
15.08
(-1.06)
ZAR/GBP
21.04
(-1.05)
ZAR/EUR
18.19
(-0.86)
ZAR/AUD
11.74
(-0.53)
ZAR/JPY
0.14
(-0.81)
Gold
1715.40
(-1.18)
Silver
26.17
(-1.90)
Platinum
1172.00
(-1.92)
Brent Crude
62.54
(-1.55)
Palladium
2359.50
(-0.55)
All Share
68326.79
(-0.27)
Top 40
62861.62
(-0.39)
Financial 15
12571.60
(+0.02)
Industrial 25
89680.18
(+0.59)
Resource 10
69225.70
(-1.86)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo