Kuboshwe 'ubaba' ngezokudlwengula amadodakazi angawazali

Tzaneen – Kuboshwe owesilisa ngezinsolo zokudlwengula amadodakazi akhe angawazali, eneminyaka engu-8 nenye eneminyaka engu-11 ubudala, ngaseTzaneen, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngoMgqibelo.

Ubaba oneminyaka engu-44 ubudala usolwa ngokunukubeza ngokocansi amantombazane kusukela ngo-Ephreli, kusho uLieutenant Colonel Moatshe Ngoepe.

Kuthiwa ubekwenza lokhu uma befika ekhaya bephuma esikoleni, umama wabo esemsebenzini.

Funda nalolu daba: Uphuthunyiswe esibhedlela uPistorius

Kuthiwa izingane ubezisabisa ngokuzibulala uma zibika ngalolu daba.

Uzovela ngoMsombuluko eNkantolo yeMantshi yaseLenyenye ngecala lokudlwengula nelokwala ukuboshwa.

Amaphoyisa ambambe erenki yamatekisi ngemuva kokuba encinzwe indleke yizakhamuzi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When a Covid-19 vaccine for under 16's becomes available, will you be taking your children to get it?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, immediately!
37% - 2318 votes
I'll wait to see how others respond
27% - 1678 votes
No, I don't think they need it
37% - 2299 votes
Vote
ZAR/USD
14.93
(+0.43)
ZAR/GBP
20.82
(+0.99)
ZAR/EUR
18.09
(+0.87)
ZAR/AUD
11.61
(+1.71)
ZAR/JPY
0.14
(+0.45)
Gold
1763.86
(-0.38)
Silver
26.86
(-2.31)
Platinum
1201.00
(-1.15)
Brent Crude
66.03
(-0.11)
Palladium
2353.50
(-1.71)
All Share
66125.95
(-2.01)
Top 40
60759.42
(-2.10)
Financial 15
12167.02
(-1.36)
Industrial 25
86041.81
(-0.92)
Resource 10
67647.54
(-3.87)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo