Kuboshwe umlisa osolwa ngokudlwengula omunye

Bloemfontein – Umlisa oneminyaka engu-49 ubudala zimkhalele ngemuva kwezinsolo zokudlwengula omunye umlisa waseVukazenzele eManyatseng, kusho amaphoyisa aseFree State ngoLwesibili.

UPule Edwin Chao uvele eNkantolo yeMantshi yaseLadybrand ngoLwesibili ekuseni ngecala lokudlwengula, kusho uSergeant Martin Xuma.

UXuma uthi umlisa kuthiwa udlwengule omunye ngeSonto ebusuku.

Funda nalolu daba: Uthole odilikajele owabulala amaphoyisa

"Isisuku sivakashele umsolwa, satshelwa ukuba silale ngenxa yokuthi kwasekuhlwile futhi kuyingozi ukuhamba ebusuku gezinyawo…Ngokuhamba kwesikhathi, umsolwa wabhozomela isisulu wasidlwengula.”

UChao kulindeleke aphinde avele enkantolo ngoJuni 30 ukuze afake isicelo sebheyili, kusho Xuma.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5641 votes
It's four more years for Trump
54% - 6681 votes
Vote
ZAR/USD
16.38
(+0.39)
ZAR/GBP
21.40
(-0.39)
ZAR/EUR
19.43
(+0.17)
ZAR/AUD
11.61
(-0.05)
ZAR/JPY
0.16
(+0.00)
Gold
1920.38
(+0.53)
Silver
25.06
(+1.33)
Platinum
879.00
(+0.97)
Brent Crude
43.05
(+1.28)
Palladium
2398.00
(+0.84)
All Share
55211.31
(-0.11)
Top 40
50714.08
(-0.27)
Financial 15
9988.62
(+0.32)
Industrial 25
75196.96
(-0.49)
Resource 10
53717.17
(-0.13)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo