Kubulawe ababili abasolwa ngokuzingela obhejane

Johannesburg – Abasolwa ababili abasolwa ngokuzingela obhejane basale othulini ngesikhathi kuqubuka impi yezulu lezandla phakathi kwabo nabaqaphi baseKruger National Park (KNP).

Okhulumela iKruger National Park, uWilliam Mabasa, uthe izivakashi yizo eziqwashise onogada ngendoda esolisayo ebigqoke ihembe elimnyama iphethe isibhamu sokuzingela, kubika i-SABC.

“Sibe sesithumela indiza enophephela emhlane ngokushesha. Kuthe uma ifika kwatholakala ukuthi le ndoda khona ehamba naye.

OLUNYE UDABA: Abagwetshwe kanzima abazingela obhejane - Radebe

“Kuthe amaphoyisa e-SAPS ebayalela ukuthi bame, bavele baqala badubula,” esho.

Uthe amaphoyisa abe esephindisela ngenhlamvu ashona womabili la madoda.

 

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
14% - 105 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
25% - 193 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
61% - 476 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.09)
ZAR/GBP
20.29
(-0.13)
ZAR/EUR
18.23
(-0.10)
ZAR/AUD
11.25
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1787.51
(+0.09)
Silver
22.67
(+0.11)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo