Kubulawe ilungu le-ANC phambi komndeni walo eNewcastle

Newcastle - Lowo obemele i-ANC kwesobukhansela eNewcastle udutshulwe washona phambi komyeni nezingane emzini wakhe, kusho iqembu ngeSonto.

Okhulumela i-ANC KwaZulu-Natal, uMdumiseni Ntuli, uthe kungene amadoda amabili angaziwa emzini kaThembi Mbongo amdubula phambi komndeni wakhe ngabo-20:00 ebusuku ngoMgqibelo.

Ube eseshonela endaweni yesigameko, kusho uNtuli.

OLUNYE UDABA: Kubulawe owe-ANC eThekwini

UNtuli uqhube ngokuthi abaholi benhlangano kulesiya sifunda basahambele kwaMbongo ukuyothola imininingwane ethe xaxa ngalesi sigameko.

Uthe yize bungekho ubufakazi obuqinile bokuthi lesi sigameko sixhumene nezepolitiki, sezandile izigameko zalolu hlobo kulezi zinyanga ezedlule.

“Indlela okwenzeka ngayo iyatshengisa ukuthi kunogcobho wezepolitiki kepha kunzima ukuqinisekisa."

UMbongo ubeqokelwe ukuthi angenele esobukhansela kuWard 6 eNewcastle, kusho uNtuli.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 7526 votes
It's four more years for Trump
53% - 8644 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(-0.10)
ZAR/GBP
21.11
(-0.12)
ZAR/EUR
19.19
(-0.12)
ZAR/AUD
11.55
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(-0.14)
Gold
1901.55
(+0.01)
Silver
24.57
(+0.10)
Platinum
902.03
(+0.40)
Brent Crude
41.85
(-1.66)
Palladium
2378.04
(+0.61)
All Share
55339.58
(+0.99)
Top 40
50692.28
(+0.83)
Financial 15
10790.70
(+3.99)
Industrial 25
74905.70
(+1.05)
Resource 10
52561.57
(-0.49)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo