Kubulawe izingane ezimbili ngesando, 'wazibulala' umama wazo

Johannesburg - Kutholakale izidumbu ezimbili zezingane eneminyaka emine ubudala neneminyaka engu-8 ubudala zinamanxeba emakhanda emjondolo wabazali babo oseWesselton EXT2 e-Ermelo eMpumalanga.

Kutholakale isando ezinegazi endaweni yesigameko ngoLwesithathu.

OLUNYE UDABA: Uzibulele obesaba induku kanina

Lezi zidumbu esengane yentombazane, 4, nesengane yomfana, 8, zatholwa ngubaba wazo izingane ngesikhathi efika ekhaya.

Ngaphambilini ngezithuba zabo-04:00 ekuseni kutholakale isidumbu sowesifazane okuthiwe ungumama wezingane ku-N11 eduzane nasendlni yabo.

Okhulumela amaphoyisa ase-Ermelo uCaptain Carla Prinsloo uthe okwamanje kukholakala ukuthi umama uzibulale ngokuziphosa ezimotweni ngemuva kokushaya, abulale izingane zakhe, kubika iThe Citizen.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5193 votes
It's four more years for Trump
54% - 6161 votes
Vote
ZAR/USD
16.54
(-0.22)
ZAR/GBP
21.38
(+0.04)
ZAR/EUR
19.54
(-0.57)
ZAR/AUD
11.62
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.05)
Gold
1902.03
(-0.03)
Silver
24.50
(+4.78)
Platinum
863.00
(+1.11)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2336.18
(+0.75)
All Share
55143.04
(-0.03)
Top 40
50739.21
(-0.01)
Financial 15
9936.10
(-0.42)
Industrial 25
75698.49
(+1.25)
Resource 10
53367.13
(-1.41)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo