Kubulewe iphoyisa eMount Moriah eThekwini

eThekwini - Kuduthsukwe kwabulawa iphoyisa likaMasipala ngoLwesibili ebusuku kwelinya lamalokishi aseThekwini.

Leli phoyisa lihlaselwe ngoLwesibili ebusuku emgwaqeni u-R102 eMount Moriah.

Kuthiwa leli phoyisa beligqoke imifaniswano yomsebenzi kanti lihlaselwa nje abasolwa bebezama ukuduna imoto.

OLUNYE UDABA:Sekuqalile ukuthungathwa kwabahlasele amaphoyisa eNgcobo

"Ayicacile kahle imibiko mayelana nokubulawa kwaleli phoyisa. Kuthiwa belisebenzela esiteshini sakwaMashu kanti abasolwa bebezama ukuduna imoto yakhe.

Kukholakala ukuthi leli phoyisa beliyothenga ukudla lihamba ngemoto yalo iVW Golf ngesikhathi lihlaselwa,"kusho uPrem Balram okhulumela iReactin Unit South Africa.

Leli phoyisa lidutshulwe esifubeni lashonela phakathi emotweni yalo.

Amaphoyisa aseThekwini athungatha abasolwa kanti akukaboshwa muntu okwamanje.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 7098 votes
It's four more years for Trump
54% - 8177 votes
Vote
ZAR/USD
16.22
(-0.33)
ZAR/GBP
21.21
(-0.07)
ZAR/EUR
19.22
(-0.38)
ZAR/AUD
11.60
(-0.43)
ZAR/JPY
0.16
(-0.37)
Gold
1910.02
(+0.28)
Silver
24.73
(+0.21)
Platinum
889.00
(+0.96)
Brent Crude
42.50
(+1.69)
Palladium
2369.00
(+0.58)
All Share
55407.79
(+1.12)
Top 40
50837.68
(+1.12)
Financial 15
10535.63
(+1.54)
Industrial 25
74866.06
(+0.99)
Resource 10
53390.17
(+1.08)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo