Kubulewe izaguga emzini wazo eGreat Brak River

Mossel Bay – Kushaqeke umndeni kotholakala imizimba yezaguga idindilizile namanxeba amabi emzini wazo ngaseMossel Bay.

UTewie oseminyakeni yo-70 kanye nomkakhe u-Eurika Human oseminyakeni yo-60 batholakale ngoMgqibelo emzini wabo.

Ikhehla litholakale egalaji linamanxeba okukajwa kanti umkalo utholakale endlini namanxeba okugwazwa.

OLUNYE UDABA:Zisesimeni esibucayi izaguga ezihlaselwe yizigebengu

Izihlobo zalaba abashonile zisola ukuthi umuntu osondelene nalaba abashonile owenze lokhu ngoba azikho izimpawu zokugqekeza.

"Azikho izimpawu zokugqekeza kule ndlu,"kusho oshadelwe yindodakazi yalaba abashonile uRev Gerhard Pietersen.


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6810 votes
It's four more years for Trump
54% - 7920 votes
Vote
ZAR/USD
16.19
(+0.81)
ZAR/GBP
21.20
(+1.15)
ZAR/EUR
19.15
(+1.10)
ZAR/AUD
11.53
(+0.66)
ZAR/JPY
0.15
(+1.01)
Gold
1903.91
(-0.91)
Silver
24.71
(-0.98)
Platinum
885.00
(+0.23)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2382.50
(-0.08)
All Share
54796.42
(-0.99)
Top 40
50276.84
(-1.23)
Financial 15
10376.28
(+2.34)
Industrial 25
74130.97
(-0.60)
Resource 10
52819.20
(-2.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo