Kucelwa izakhamuzi eKapa ukuba zingabi netwetwe kodwa zonge amanzi

Cape Town - UMnyango wezeMvelo unxusa izakhamuzi zaseKapa ukuba zingabinalo uvalo njengoba idolobha libhekene nenkinga yamanzi, kepha zenze imizamo yokugcina amanzi ezigujini emizini yazo.

Njengoba sekusondele uDay Zero, okuwusuku okuqagulwa ngalo ukuthi kuzobe sekushe iziziba, izinkulungwane zabantu zigcwele ezitolo zithenga amanzi.

OLUNYE UDABA:I-ANC e-WC ifuna uZuma asungule ikhomishini ezophenya uhulumeni wesifundazwe ngolwamanzi

Okhulumela uMnyango, uBrent Styan, uthe izakhamuzi kufanele zonge amanzi zingabi netwetwe.

"Ngenhloso yokuba izakhamuzi zisizakale, kuwumqondo omuhle ukuba zikhe amanzi ziwagcine ezindlini zazo ukuze zikwazi ukuphila kulesi sikhathi esinzima.

"Izakhamuzi zingawathenga amanzi ezitolo noma kwi-internet. Sicela abantu bangabi novalo noma bawathenge wonke amanzi ezitolo, asikho isidingo salokho okwamanje."

 - IVIDEO:

 - EWN


We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 5186 votes
It's four more years for Trump
54% - 6147 votes
Vote
ZAR/USD
16.54
(-0.22)
ZAR/GBP
21.38
(+0.04)
ZAR/EUR
19.54
(-0.57)
ZAR/AUD
11.62
(+0.22)
ZAR/JPY
0.16
(+0.05)
Gold
1900.88
(-0.09)
Silver
24.48
(+4.72)
Platinum
862.99
(+1.14)
Brent Crude
42.85
(-0.67)
Palladium
2348.99
(+1.03)
All Share
55143.04
(-0.03)
Top 40
50739.21
(-0.01)
Financial 15
9936.10
(-0.42)
Industrial 25
75698.49
(+1.25)
Resource 10
53367.13
(-1.41)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo