Kudutshulwe kwabulawa owesilisa ngaphandle komuzi kasaziwayo

Johannesburg – Amaphoyisa aseGauteng aphenya ngesigameko sokubulala nokudunwa kwemoto.

Isoka lendodakazi kasaziwayo owayengumahluleli ohlelweni i-Idols SA uMara Louw lidutshulwe labulawa phandle komuzi walo saziwayo.

Ngokusho kwamaphoyisa, lokhu kwenzeke ekuqaleni kwale nyanga elokishini laseSoweto.

UKaputeni Kay Makhubela okhulumela amaphoyisa uthe indadakazi yalesi sihlabani yayimi nesoka layo esangweni lakubo.

OLUNYE UDABA:Licekele phansi imoto yami isoka elinesikhwele

“Kuthiwa lo wesimame wahamba wangena endlini kanti kuzofika amadoda amabili azama ukuduna imoto yesoka. Lawa madoda adubula abulala leli soka ase ethatha imoto yalo.,”kusho yena.

Leli soka laphuthunyiswa esibhedlela nokuyilapho elafike lashonela khona.

Kuvulwe icala lokubulala kanye nelokuduna kanti okwamanje akukaboshwa muntu.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
7% - 984 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1869 votes
Have no interest in spending more money this year?
79% - 10498 votes
Vote
ZAR/USD
15.20
(-0.59)
ZAR/GBP
20.27
(-0.19)
ZAR/EUR
18.10
(-0.50)
ZAR/AUD
11.19
(-0.55)
ZAR/JPY
0.15
(-0.72)
Gold
1808.71
(+0.07)
Silver
23.32
(-0.04)
Platinum
957.99
(-0.08)
Brent Crude
48.73
(+1.57)
Palladium
2385.49
(+2.69)
All Share
57923.69
(+0.31)
Top 40
53084.13
(+0.27)
Financial 15
11645.28
(+0.04)
Industrial 25
79993.34
(+0.20)
Resource 10
52790.93
(+0.35)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo